Sat, Jul 31 | Soweto

Funeral Notice Of The Late Justice Mduduzi Shabalala

Rest In Peace
Registration is Closed
Funeral Notice Of The Late Justice Mduduzi Shabalala

Time & Location

Jul 31, 10:00 AM – 11:30 AM
Soweto, Thulani St, Meadowlands, Soweto, 1852, South Africa

About the Event

Obituary Of The Late Justice Mduduzi Shabalala

Ubaba Justice Mshengu Shabalala wazalwa NguNanozi Liphina Shabalala at a farm called Peak view phecelezi (Kwabashali), Ubeyingane yesithathu kweziyisithupha.

Stayed at a village called Engodini and then went on to live with Mkhwanazi family kwavala.

Mnumzane Shabalala wakhuliswa ngugogo mashabalala ekushiy’weni ngumama wabo basebancane.

Ubaba Shabalala waqala isikole Eqhweweni Primary School from first year to Standard 1, wasukalapho waqhubekela amanye amabhanga wesikole Emangweni Primary school from standard 2 to standard 5, wafunda amabhanga aphezulu eSizathina High School.

Ekuqcedeni isikole wasebenza as a waiter at the Nest Hotel and went to Durban to work for londale Hotel nankona as a waiter. Wafika egoli wasebenza eScript to company as a security, then went to Absa after obtaining certain FET qualifications. Wasuka eAbsa ngo2011 and joined Johnson Control International, in 2018 he Joined Drake and Schull (TSEBO) and in 2019 he worked for Bidvest and that’s were his work Journey ended as a managerial Storeman.

Mnumzane Justice Mduduzi Shabalala ushiya emuva izingane zakubo ezizangaphansi kwakhe, Abashana bakhe, abazala, uMakoti, Izingane ezintathu Kanye nabazukulu abathathu.

Umnumzane Justice Mshengu Shabalala ubengumuntu oneqiniso ezintweni zakhe zonke azenzayo, Ubenothando, Ukubekezela Empilweni Kanye Nokwenza amahlaya time and again.

Ngikhala kakhulu nabantu abaphilile nobab’Shabalala ngoba akhekho ongazi ubengumuntu onjani,

Bekangakhethi abantu, bekamkela wonke umuntu futhi aphana ngolwazi lwempilo. Ebengenandaba ukuthi umncane okanye umdala kuye, bakathanda ukuhleka kakhulu, athanda ibhola kakhulu. Sikhulu isikhala asivulile ubaba emndenini wakwashabalala kodwa ngiyathemba thina esikhona sizoqhubeka ekuhambeni ezinyathelweni zakhe ukuze abanathi unaphakade.

Schedule


  • 1 hour

    Funeral Service Program At Home

    576 Thulani Block 8
Registration is Closed

Share This Event